Kuthiwa kubhubhe abantu abane kwalimala kabi abanye ngesikhathi iveni yohlobo lweNissan ebilayishe abantu abangu-15 ...
NGIFUNA ukukhuluma ngolimi lwesimanje oluzoyiqeda nya indaba yokusebenzisa ongwaqa nonkamisa nxashana siloba kwezokuxhumana.
UTshegofatso Mabasa naye umoshe ithuba elihle lokubeka iqembu lakhe phambili ngomzuzu ka-38, oshaye ishodi elibheke eceleni esebhekene nepali. Isiwombe sesibili siqale ngomfutho ongcono, womabili ...
USINGABABA (40) ugwetshwe udilikajele ngokudlwengula indodakazi (angayizali) eneminyaka engu-16 ubudala wayithelela ngesandulela-ngculaza. Kuvele enkantolo ngesikhathi kuqhubeka icala ukuthi umgilwa ...
KUGQAME ukuhloniphana phakathi komqeqeshi we-Orlando Pirates, uJose Riveiro, noweKaizer Chiefs, uNasreddine Nabi, izolo ngesikhathi bekhuluma esithamgamini nabezindaba ngaphambi komdlalo weBetway ...
IZINDLELA zokuzicijela imidlalo emikhulu sezithuthuke kakhulu ebholeni lesimanje kodwa kukhona imikhuba engashintshi ebholeni ...
Sengihambe cishe amakhilomitha angaphezulu kuka-2000 ngayo kodwa angikaze ngisondele ku-4.4l/100km okuthiwa idla wona kubo kwayo. Ilokhu ihleli ku-5.6l/100km nokuyinto engakhalisi.
IBANDLA lakwaShembe liyaziphendulela ebantwini abakhwele badilika kulo emuva kokusabalala kwezithombe zamalungu alo eshadelwa ...
INTO eyinkinga ngokuba wumlandeli womculo wukuthi nxa kuphekwa umculo izinto eziningi awubi nayo inhlanhla yokuzibona zisuswa ...
BAFUNA kubuye isasasa elaliba khona kudala uma kuzobhekana izingqungqulu zaseSoweto i-Kaizer Chiefs ne-Orlando Pirates ...
ISAZOQHUBEKA nokubhajwa imali yamakhasimende angaphezu kuka-250 000 ebhange Ithala njengoba sihlehlele isikhathi esingaziwa isicelo sokuba kuvalwe leli bhange.
KUBIZWE umhlangano wamazwe ase-Afrika eseNingizimu ozobhunga ngempi eseDemocratic Republic of Congo (DRC). Umhlangano wabaholi bamazwe angaphansi kwenhlangano i-Southern African Development Community ...